Richmond crash

By: Noluthando Mchunu

Abantu abathathu sebeshonile oyedwa walimala kanzima engozini yomgwaqo  eyenzeke emgwaqeni  u-R56 Richmond maphakathi nesifundazwe.

Kulengozi kushayisane i-truck kanye nemoto encane.

Okhumela abezimo eziphuthumayom kwa-ER24 Ineke van Huyssteen uthi imbangela yengozi ibingakaziwa kodwa amaphoyisa abekhona endaweni yesigameko ukwenza uphenyo.

 

Share this...Share on Facebook
Facebook
Tweet about this on Twitter
Twitter